Themba Broly – Uyangifaka Lyrics

Themba Broly & DJ Tira – Uyangifaka Lyrics (feat. Skye Wanda, Prince Bulo & Q Twins)

Ha ha haaa
Ha ha haaa

Ithini indaba
Wentombi ngilalele
Sengikushilo
Okusenhlizweni yam
We baby ngicela
Ungiphi thuba lami
Ungivumele
Ngikuthande

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Baby ngiyesaba)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Nom’ungakhala)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Baby ngiyesaba)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(ngob’uzong’dlala)

Kuyalimaleka othandweni
Angisathembi muntu
Kodwa wena
Uvele ungibuke emehlweni
Ngivele ngishawa uvalo
Vele ngiphambane

Kuyalimaleka othandweni
Angisathembi muntu
Kodwa wena
Uvele ungibuke emehlweni
Ngivele ngishawa uvalo
Vele ngiphambane

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Baby ngiyesaba)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Nom’ungakhala)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Baby ngiyesaba)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(ngob’uzong’dlala)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Baby ngiyesaba)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Nom’ungakhala)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(Baby ngiyesaba)

Uyangifaka uyangikhipha
Uyangifaka noma uyangikhipha
(ngob’uzong’dlala)

Wen’uzong’dlala
Wen’uzong’dlala

Ithini indaba
Wentombi ngilalele

Ithini indaba
Wentombi ngilalele